When taking a #Selfie qaphela lokhu………..

Yebo sonke siyathanda kuzishutha especially uma umuntu esemcimbini or e town, nasendlini just to show case izimpahla ezintsha, hairstyle etc.

Before you take leyo selfie, check i background kuqala, ukuthi yini ezovela emva kwakho!

Ngeke uthande ku selfie yakho oyishuthe endlini, uma sekuvela izitsha ezingcolile, ama underwears mhlambe nombhede ongandluliwe,
Angisaphathi ke khona sekuvela i toilet seat!,
noma ushuthe ukwi party, lapho sekuvela abantu abangaphiwanga kahle ngasebuhleni noma kuvele amabhodlela e black label, ha ha ha ngeke!
Khona e town, uthi uyashutha kuvele i china factory shop noma usgedlemba wemoto!

Check your background carefully before your take hat selfie

Advertisements

Leave a Reply

Fill in your details below or click an icon to log in:

WordPress.com Logo

You are commenting using your WordPress.com account. Log Out / Change )

Twitter picture

You are commenting using your Twitter account. Log Out / Change )

Facebook photo

You are commenting using your Facebook account. Log Out / Change )

Google+ photo

You are commenting using your Google+ account. Log Out / Change )

Connecting to %s