#Iyangixaka_Lento
Kulezinsuku sivelelwe ama advert emishwalense, ama funeral policy, ama life insuarance, car n house insuarance, mancane ama investment n education insuarance.
Uma uvula i radio, tv ngisho ne newspaper uzithela kubo lababantu besitshela ngama benefits abanawo uma ubajoyina.
Ok ake sidlule ke lapho, uthini ke uthi uyokhalisa umuntu oshonelwe, ufike wena udabukile ugcwele izinyembezi, kodwa ufice abashonelwe bengenandaba, behleka beze beshayane, bona bajabulela izishaqane ezizokhokhwa imishwalense, wena usuphenduka isithutha uyakhala wedwa sengathi uwena oshonelwe, ha ha ha! #Exactly
Advertisements