#Usuthu_Unite @AmazuluFootball 5 – 0 #FC_CapeTown #FTscore #NFD

 Amazulu FC 5 -0  FC Cape Town  #NFD results #Usuthu_Unite

Advertisements

Ungazitholela lencwadi engcwele kube eyakho, ngena ufunde ukuthi kanjani!

image

UNGAZITHOLELA LENCWADI ENGCWELE KUBE EYAKHO

Ongakwenza/ Instructions

* Njengomfundi wendaba ethi  Umshovo, futhi uyabona isimo u Aphile akusona njengamanje ngokwendaba, indoda yakhe ikhulelisile, yena uyajola, khona lapho nangu no Zandile ngapha uyamzingela,
Uma kungathiwa ungu Mfundisi/ Mfundisikazi imaphi amavesi amabili asebhayibhelini ongawafundela u Aphile ukuze umnike ithemba?

*Bhala amavesi lawo
*Ungabhala ne summary encane noma usho ukuthi kungani ukhethe wona (optional)
*Bhala khona la kuma comments, ushiye nama details akho ka whatsapp ne facebook name yakho!
*Kusuka manje ngo 6am koze kube u 6am ksasa ekseni, ksasa sizowafaka ku wall ye page ama vesi bese beyafunda abantu befake u “LIKE” uma bechazeka amavesi akho, uyobo usuzitholela lencwadi, kalula kanjalo.
*Ngeminye imininingwane ngena ku enquiry ubuze, goodluck!
*Remember akuyona i competition!

By: TheGuard